Imbali ebunayo yobuhle bawo obukhazimulayo, osenhloko yesigodi esivundile, iyofana nekhiwane elivuthwe kuqala lingakangeni ihlobo, noma ngubani olibonayo ulikha alisobozele lisesesandleni.
UNahume 3:12 - IsiZulu 2020 Zonke izinqaba zakho ziyimikhiwane enamakhiwane okuqala asevuthiwe; uma inyakaziswa awela emlonyeni wodlayo. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Zonke izinqaba zakho ziyimikhiwane enamakhiwane ayingqalabutho; uma inyakaziswa, awela emlonyeni wodlayo. Contemporary Zulu Bible 2024 Zonke izinqaba zakho ziyakuba njengemikhiwane enamakhiwane avuthwayo; uma zinyakaziswa, ziwela ngisho emlonyeni wodlayo. |
Imbali ebunayo yobuhle bawo obukhazimulayo, osenhloko yesigodi esivundile, iyofana nekhiwane elivuthwe kuqala lingakangeni ihlobo, noma ngubani olibonayo ulikha alisobozele lisesesandleni.
Elinye iqoma lalinamakhiwane amahle kakhulu, kungathi ayizithelo zokuqala. Elinye iqoma linamakhiwane amabi kakhulu, ayengenakudliwa ngenxa yobubi bawo.
Siklolodela amakhosi, ababusi bayinhlekisa kuso; sihleka zonke izinqaba, senze izindunduma ngomhlabathi, sidle izinqaba.
izinkanyezi esibhakabhakeni zawela emhlabeni njengomkhiwane uvuthulula amakhiwane awo angakavuthwa, lapho unyakaziswa ngumoya omkhulu,