Inkosi nokho yamshiya uMefibhoshethi, indodana kaJonathani kaSawule, ngenxa yesifungo kuSimakade abasenza esasiphakathi kwabo, phakathi kukaDavide noJonathani, indodana kaSawule.
UmShumayeli 8:2 - IsiZulu 2020 Ngithi: gcina umyalo wenkosi, ngenxa yesifungo sikaNkulunkulu. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ngithi: Gcina izwi lenkosi ngenxa yesifungo ngoNkulunkulu. Contemporary Zulu Bible 2024 Ngiyakucebisa ukuba ugcine umyalo wenkosi, nalokhu mayelana nesifungo sikaNkulunkulu. |
Inkosi nokho yamshiya uMefibhoshethi, indodana kaJonathani kaSawule, ngenxa yesifungo kuSimakade abasenza esasiphakathi kwabo, phakathi kukaDavide noJonathani, indodana kaSawule.
“Pho awusigcinanga ngani isifungo owasenza kuSimakade nomyalo engakuyala ngawo na?”
Zonke izikhulu, amaqhawe, nawo wonke amadodana enkosi uDavide bazithoba phansi kwenkosi uSolomoni.
isifungo phambi kukaSimakade yisona esiyakunquma phakathi kwabo ukuthi omunye akabanga nasandla empahleni yomunye. Umnini wesilwane uyakusamukela isifungo kungabi bikho sinxephezelo asitholayo.
Bakhumbuze ukuba bathobele ababusi neziphathimandla, balalele, futhi bakulungele ukwenza yonke imisebenzi emihle;
Beselapho ehlathini, bheka, kwakuconsa uju, kodwa akubanga bikho noyedwa owaludla, ngokuba bonke babesaba isifungo.