Kuqhuma isiswebhu, nomsindo wokugodlozela kwamasondo, nogabadula kwamahhashi, nokugxuma kwezinqola.
UJoweli 2:4 - IsiZulu 2020 Ukubukeka kwabo kufana nesimo samahhashi, bagijima njengabagibele amahhashi empi. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Isimo sabo sinjengesimo samahhashi, bagijima njengabamahhashi. Contemporary Zulu Bible 2024 Ukubonakala kwabo kunjengokubonakala kwamahhashi; nanjengabagibeli bamahhashi, kanjalo bayakugijima. |
Kuqhuma isiswebhu, nomsindo wokugodlozela kwamasondo, nogabadula kwamahhashi, nokugxuma kwezinqola.
Isikhonyane sasifana namahhashi aboshelelwe ukuya empini, emakhanda aso kukhona okufana nemiqhele enjengegolide, ubuso baso bufana nobuso babantu.
Kwezwakala umsindo wezinselo zamahhashi zigabadula, zigabadula izinjomane ezinamandla.