Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




UJoshuwa 24:8 - IsiZulu 2020

“ ‘Nganingenisa ezweni lama-Amori ahlala phesheya kweJordani, alwa nani; ngawanikela esandleni senu, nalidla izwe lawo; ngawabhubhisa phambi kwenu.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

“ ‘Nganingenisa ezweni lama-Amori ahlala ngaphesheya kweJordani, alwa nani; ngawanikela esandleni senu, nadla izwe lawo; ngawachitha phambi kwenu.

Uka jalj uñjjattʼäta

Contemporary Zulu Bible 2024

Nganingenisa ezweni lama-Amori ahlala ngaphesheya kweJordani; futhi balwa nawe; ngiwanikele esandleni senu, ukuze lidle ilifa lelizwe lawo; ngabachitha phambi kwakho.

Uka jalj uñjjattʼäta



UJoshuwa 24:8
10 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

“Wanikela kubo imibuso nezizwe, wandisa imingcele yabo. Badla izwe likaSihoni, inkosi yaseHeshibhoni nelika-Ogi, inkosi yaseBhashani.


Ingelosi yami izokwandulela, ikuyise kuma-Amori, kumaHithi, kumaPherizi, kumaKhanani, kumaHivi, nakumaJebusi, ngiyowabhubhisa.


“Mina nganikhipha eGibhithe, nganihola ehlane iminyaka engamashumi amane ukuba nidle izwe lama-Amori.


“Kodwa Mina ngawabhubhisa ama-Amori phambi kwabo, ayemade njengemisedari, eqine njengemi-okhi, ngaqeda nya ngesithelo sawo kusukela phezulu nangezimpande zawo phansi.


“USihoni waphuma, yena nabo bonke abantu bakhe, ukuzobhekana nathi, alwe nathi eJahazi.


nayo yonke imizi yenkosi uSihoni wama-Amori owayebusa eHeshiboni, kuze kuyofika emngceleni wama-Amoni,