Umfowabo u-Asafa wayemi ngakwesokunene sakhe; u-Asafa, kaBherekhiya, kaShimeya,
UJoshuwa 21:4 - IsiZulu 2020 Unkatho lwadla imindeni yamaKhohathi. Ngakho-ke abaLevi abengabozalo luka-Aroni, umphristi, bathola ngonkatho imizi eli-13 esizwaneni sakwaJuda, esakwaSimeyoni, nesakwaBhenjamini. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Inkatho yadla imindeni yamaKohati; abantwana bakwa-Aroni umpristi ababe ngamaLevi babelwa esizweni sakwaJuda, nasesizweni sakwaSimeyoni, nasesizweni sakwaBenjamini imizi eyishumi nantathu. Contemporary Zulu Bible 2024 Inkatho yaphuma ezizukulwaneni zamaKohati; abantwana bakwa-Aroni umpristi, ababengamaLevi, ngeqashiso imizi eyishumi nantathu esizweni sakwaJuda, nasesizweni sakwaSimeyoni, nasesizweni sakwaBenjamini. |
Umfowabo u-Asafa wayemi ngakwesokunene sakhe; u-Asafa, kaBherekhiya, kaShimeya,
Lawa ngamagama amadodana kaLevi ngezizukulwane zawo: nguGereshomu, uKhohathi, noMerari. Iminyaka kaLevi yokuphila yaba yi-137.
U-Amramu wathatha uJokhebedi uyisekazi, waba ngumkakhe, wamzalela u-Aroni noMose. Iminyaka ka-Amramu yokuphila yaba yi-137.
KuKhohathi kwavela le mindeni: oka-Amramu, okaJizihari, okaHebhroni noka-Uziyeli. Yilena imindeni kaKhohathi.
Ngakho-ke ngokomyalo kaSimakade abakwa-Israyeli banika abaLevi le mizi elandelayo namadlelo ayo, kwaba yifa labo.
Basalayo bozalo lukaKhohathi bathola ngonkatho imizi elishumi emindenini yesizwana sakwa-Efrayimi, nesakwaDani, nasengxenyeni yesizwana sakwaManase.
U-Eleyazare indodana ka-Aroni wafa; bamngcwaba eGibheya umuzi kaFinehasi indodana yakhe, ayewunikiwe kwelezintaba kwa-Efrayimi.