Inhlangano yonke yakwa-Israyeli yayisihlangana eShilo, yamisa lapho ithende lokuhlangana. Izwe lanqotshwa phambi kwayo.
UJoshuwa 18:2 - IsiZulu 2020 Kwakusasele izizwe eziyisikhombisa phakathi kuka-Israyeli ezazingakasitholi isabelo sazo. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kwasala phakathi kwabantwana bakwa-Israyeli izizwe eziyisikhombisa ezingakabelwa ifa lazo. Contemporary Zulu Bible 2024 Kwasala phakathi kwabantwana bakwa-Israyeli izizwe eziyisikhombisa ezingakalamukeli ifa lazo. |
Inhlangano yonke yakwa-Israyeli yayisihlangana eShilo, yamisa lapho ithende lokuhlangana. Izwe lanqotshwa phambi kwayo.
Ngakho-ke uJoshuwa wathi kubantu bakwa-Israyeli: “Niyakudembesela kuze kube nini ningaphumi nidle izwe uSimakade uNkulunkulu wokhokho benu aninika lona na?