“Ningakubizi ngokuthi wuzungu konke lokhu laba bantu abathi wuzungu. Ningakwesabi abakwesabayo; ningabi naluvalo ngakho.
UJoshuwa 10:7 - IsiZulu 2020 UJoshuwa wayesekhuphuka esuka eGiligali, nawo wonke amabutho anamandla. IBHAYIBHELI ELINGCWELE UJoshuwa wayesekhuphuka eGiligali, yena nabo bonke abantu bempi kanye naye, nawo onke amaqhawe anamandla. Contemporary Zulu Bible 2024 UJoshuwa wakhuphuka eGiligali, yena nawo onke amadoda empi kanye naye nawo onke amaqhawe anamandla. |
“Ningakubizi ngokuthi wuzungu konke lokhu laba bantu abathi wuzungu. Ningakwesabi abakwesabayo; ningabi naluvalo ngakho.
Uyakuba yisiphephelo, futhi abe yitshe lokuqhuzuka, nedwala lokukhubekisa kuzo izindlu zombili zakwa-Israyeli; abe lugibe nesihibe kwabakhileyo eJerusalema.
AbaseGibheyoni bathumela kuJoshuwa enkanjini eGiligali, bathi: “Ungaziyekeleli izinceku zakho; woza kithi ngokushesha usisindise, usisize, ngokuba wonke amakhosi ama-Amori akhe kwelezintaba ayasihlanganyela.”
USimakade wathi kuJoshuwa: “Ungesabi, ungabi naluvalo; thatha wonke amabutho, nikhuphukele e-Ayi; bheka, ngiyinikele esandleni sakho inkosi yase-Ayi nabantu bayo, nomuzi wayo nezwe layo.
UJoshuwa nawo wonke amabutho bagasela e-Ayi. UJoshuwa wakhetha amabutho ayizi-30 000 wawathumela ebusuku,