uyakubhubha kuze kube phakade, njengendle yakhe; abambonayo bayakuthi: ‘Ukuphi na?’
UJobe 8:18 - IsiZulu 2020 Uma ebhujiswa endaweni yakhe, iyakumphika ithi: ‘Angikaze ngikubone.’ IBHAYIBHELI ELINGCWELE Uma echithwa endaweni yakhe, iyakumala ngokuthi: ‘Angizange ngikubone.’ Contemporary Zulu Bible 2024 Uba emsiphula endaweni yakhe, izamphika ithi: Kangikubonanga. |
uyakubhubha kuze kube phakade, njengendle yakhe; abambonayo bayakuthi: ‘Ukuphi na?’
Iso elingibonayo alisayukungibona, amehlo akho esangibhekile, ngiyobe ngingasekho.
Kusazothatha isikhashana engabe esababikho omubi, uyothi lapho uhlola indawo abe kuyo, ungamfumani.
Kwathi lapho ngedlula ngalapho, wayengasabonwa nangalukhalo, ngamfuna, kodwa angabe ngisamfumana.
Ngisho izikhohlakali zingahluma njengotshani, nabo bonke abenza okubi baqhakaze, bayobhubha ingunaphakade.