Ngathi: ‘Makukhulume asebenezinsuku, abaneminyaka eminingi mabafundise ngokuhlakanipha.’
UJobe 8:10 - IsiZulu 2020 Bona abayukukufundisa yini, bakutshele, bakhiphe amazwi ezinhliziyweni zabo na? IBHAYIBHELI ELINGCWELE bona abayikukufundisa yini, bakutshele, bakhiphe amazwi ezinhliziyweni zabo, na? Contemporary Zulu Bible 2024 Kabayikukufundisa yini, bakutshele, bakhulume amazwi asuka enhliziyweni yabo? |
Ngathi: ‘Makukhulume asebenezinsuku, abaneminyaka eminingi mabafundise ngokuhlakanipha.’
Umhlanga ungahluma yini lapho kungenaxhaphozi khona na? Ibhuma lingamila yini kungekho amanzi na?
ngoba thina singabayizolo nje, asinalwazi; izinsuku zethu emhlabeni ziyithunzi.
Isizukulwane siyakuyibabaza kwesinye imisebenzi yakho, simemezele izenzo zakho zamandla.
Inhliziyo yohlakaniphileyo inikeza ukuqonda okujulile kokhulumayo, yenezele imfundiso ezindebeni zakhe.
Umuntu omuhle ukhipha okuhle engcebeni yakhe enhle; nomuntu omubi ukhipha okubi engcebeni yakhe embi.
Niyakuwafundisa abantwana benu, ngokukhuluma ngawo, lapho uhlezi endlini yakho, nalapho uhamba endleleni, nalapho ulala, nalapho uvuka.
Ubafundise wona abantwana bakho, uwakhulume lapho uhlezi endlini yakho, nalapho uhamba endleleni; lapho ulala, nalapho uvuka.
Ngokukholwa, u-Abela wanikela kuNkulunkulu ngomnikelo owamukelekayo kunokaKhayini. Ngalokhu wathola ukunconywa ngokuthi ulungile, uNkulunkulu efakazela izipho zakhe. Nakuba esafa, usakhuluma nokho ngawo.
Ngakho-ke nathi, njengalokhu sinefu elingaka lawofakazi abasihaqileyo, masilahle konke okusindayo nesono esithandela kangaka kithi, sigijime ngokubekezela kulokhu kuncintisana esikumiselweyo,