UJobe 7:3 - IsiZulu 2020 kanjalo ngabelwe izinyanga zokungenanzuzo, ngamiselwa ubusuku benhlupheko. IBHAYIBHELI ELINGCWELE kanjalo ngithole ifa lezinyanga zokubi; ngimiselwe ubusuku bezinhlupheko. Contemporary Zulu Bible 2024 Kanjalo ngenziwa ifa lezinyanga eziyize, nobusuku obunzima bumiselwe mina. |
“Sengathi ngabe nginjengasezinyangeni ezedlule, nanjengasezinsukwini lapho uNkulunkulu ayengiqaphile,
Bheka, izinsuku zami wazenza zaba ngangobubanzi besandla, imihla yokuphila kwami ayilutho kuwe, impela yilowo nalowo muntu ungumoya nje, noma eqine kangakanani. Sela
Ngikhathele ngenxa yokububula kwami. Ngimantisa umbhede wami njalo ebusuku, ngincibilikisa ukhukho lwami ngezinyembezi zami.
Iso lami liyafiphala, ngenxa yokudabuka; selibuthakathaka, ngenxa yezitha zami.
Ngiyibone yonke imisebenzi eyenziwa phansi komthunzi welanga; impela konke kufana nokubamba utalagu!