Yena wahamba uhambo losuku ehlane, waze wayohlala phansi kwesihlahla sonwele. Enhliziyweni yakhe wafisa ukufa, wathi: “Sekwanele manje, Simakade! Sale usuwuthatha umphefumulo wami, ngokuba angilungile kunokhokho bami.”
UJobe 6:8 - IsiZulu 2020 “Sengathi isicelo sami singezwakala, uNkulunkulu angiphe engikufisayo. IBHAYIBHELI ELINGCWELE “Sengathi isicelo sami singenziwa, uNkulunkulu angiphe lokhu engikubhekayo. Contemporary Zulu Bible 2024 O ukube bengingamukela isicelo sami; nokuthi uNkulunkulu uzonginika into engiyilangazelelayo! |
Yena wahamba uhambo losuku ehlane, waze wayohlala phansi kwesihlahla sonwele. Enhliziyweni yakhe wafisa ukufa, wathi: “Sekwanele manje, Simakade! Sale usuwuthatha umphefumulo wami, ngokuba angilungile kunokhokho bami.”
“Ngiyakuzonda ukuphila kwami, ngizokhononda ngokukhululeka, ngizokhuluma ebumunywini bomphefumulo wami.
abalangazelela ukufa, kodwa kungafiki, abakufuna ukwedlula ingcebo ethukusiweyo,
Manje Simakade, ngiyakucela ukuba ungibulale ngokuba kungcono kimi ukufa kunokuphila.”