UJobe 6:5 - IsiZulu 2020 Imbongolo yasendle iyakhala yini inotshani na? Inkabi iyakhala yini inotshani na? IBHAYIBHELI ELINGCWELE Imbongolo yasendle iyakhala yini inotshani na? Inkabi iyakhonya isekudleni kwayo na? Contemporary Zulu Bible 2024 Imbongolo yasendle ikhala lapho inotshani na? Izinkomo zihlale phezu kwefolishi? |
“Ngubani ovumele imbongolo yasendle ukuba ihambe? Ngubani owathukulula izibopho zayo,
Okuduma kungadliwa yini ngaphandle kukasawoti na? Kuyahlwabusa yini okumhlophe kweqanda na?
Uhlumisela izinkomo utshani nemifino yokusiza umuntu, ukuze athole ukudla okuvela emhlabeni,
Njengendluzele ilangazelela amanzi emifula, kanjalo umphefumulo wami ulangazelela Wena Nkulunkulu.
Izimbongolo zasendle zima emadulini angamaqwaqwasi, zikhefuzele njengamakhanka; amehlo azo ayafiphala, ngoba abukho utshani.”