emnyama ngenxa yeqhwa, lapho ungqoqwane uzinqwabela kuyo.
emnyama ngeqhwa, lapho ungqoqwane ezisitheza khona,
elimnyama ngenxa yeqhwa, elisithekile iqhwa;
Isomiso nokushisa kuyawomisa amanzi eqhwa; yenza kanjalo-ke nendawo yabafileyo kulabo abonileyo.
“Wake wangena yini ezinqolobaneni zeqhwa, wabona izinqwaba zesichotho
Iqhwa liphuma esiswini sikabani, nesithwathwa sizalwa ngubani na?
Abafowethu bambuluzile njengomfudlana, nanjengemithonjana eshayo,
Ngesikhathi sokufudumala, iyanyamalala, uma sekushisa iyasha, iphele endaweni yayo.
Usho ngezwi, kuncibilike; wenza umoya uphephethe, amanzi ageleze.