wababusisa, wathi: “Zalanani nande, nigcwalise umhlaba; niwubuse. Nibuse phezu kwezinhlanzi zolwandle, naphezu kwezinyoni zezulu, nazo zonke izilwane ezinwabuzela emhlabeni.”
UJobe 41:4 - IsiZulu 2020 Iyosenza yini nawe isivumelwano sokuba uyithathe, ibe yinceku, kuze kube phakade na? IBHAYIBHELI ELINGCWELE Uyakwenza isivumelwano nawe ukuba umthathe abe yinceku kuze kube phakade na? Contemporary Zulu Bible 2024 Ingenza isivumelwano lawe yini? Uzamthatha abe yinceku kuze kube nininini? |
wababusisa, wathi: “Zalanani nande, nigcwalise umhlaba; niwubuse. Nibuse phezu kwezinhlanzi zolwandle, naphezu kwezinyoni zezulu, nazo zonke izilwane ezinwabuzela emhlabeni.”
Ungadlala yini nayo njengenyoni, uyibophe ngomchilo ukuze amantombazane akho adlale nayo na?
umniniso uyosithatha asilethe kuNkulunkulu, uyosimisa ngasemnyango noma ngasensikeni yomnyango bese umniniso esibhoboza indlebe ngosungulo, sibe yisigqila sakhe impilo yaso yonke.
uyothatha usungulo umbhoboze indlebe esesemnyango; abe yinceku yakho kuze kube phakade. Uyokwenza kanjalo nasencekukazini yakho.
UNahashi wakwa-Amoni wenyuka, wakanisa eJabheshi Gileyadi. Bonke abantu baseJabheshi bathi kuNahashi: “Masenze isivumelwano, thina sizokukhonza.”