UJobe 39:7 - IsiZulu 2020 Iyawuhleka umsindo ovela emzini, ayikuzwa ukumemeza komshayeli. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ihleka umsindo wedolobha, ingezwa ukumemeza komshayeli. Contemporary Zulu Bible 2024 Uyadelela isixuku somuzi, akakunaki ukukhala komshayeli. |
Ungayibophela yini inyathi ukuba ilime, noma ihlelembe esigodini emva kwakho na?
Hambani manje niyosebenza, ngokuba anizukunikwa tshani, kodwa nisazokwenza inani elifanayo lezitini.”
Usho kanje uSimakade kimi, uthi: “Njengengonyama ibhodla, nebhongo lengonyama ligwavuma phezu kwenyamazane, aliphazanyiswa wumsindo wokumemeza kwabelusi abaningi abasuke bebizwe ukumelana nalo, futhi alithikanyezwa ngumsindo wabo, kanjalo uSimakade Wamabandla uyokwehla ukuba alwe entabeni iZiyoni nasegqumeni layo.
Bathi: ‘Sikuzileleni ukudla, ngoba awuboni na?’ ‘Sizithobeleni, ngoba awusinaki na?’ “Bhekani, ngosuku enizila ngalo, nenza enikuthandayo, nicindezele zonke izisebenzi zenu.