Ukuqavitha kwakho kufanele kubathulise yini abantu na? Nalapho ukloloda, akekho yini ongakuthela ngehlazo na?
UJobe 34:7 - IsiZulu 2020 Ngumuphi umuntu onjengoJobe, ophuza ukungcofwa njengamanzi, IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ngumuphi umuntu onjengoJobe ophuza usulu njengamanzi, Contemporary Zulu Bible 2024 Ngubani onjengoJobe, oklolodela njengamanzi okuphuza? |
Ukuqavitha kwakho kufanele kubathulise yini abantu na? Nalapho ukloloda, akekho yini ongakuthela ngehlazo na?
Sengiyinhlekisa kumngani wami, mina ebengikhala kuNkulunkulu angiphendule; umuntu olungileyo nongenasici, useyisigcono.
kakhulu kangakanani onengekayo nowonakeleyo, umuntu ophuza ububi njengamanzi na?
Kepha wena uhluphekile ngokuthi izikhohlakali ziyakujeziswa yini; ukwehlulela nobulungiswa kuyokwenziwa.
“Kuyoze kube nini ziwula ndini nithanda ubuwula, nani zedeleli, nithokoziswa ngukweyisa, nani ziwula nizonda ulwazi na?
kuze kuthi, lapho ezwa amazwi alesi sifungo, azibusise enhliziyweni yakhe ngokuthi: ‘Ngiyakuba nokuthula, noma ngihamba ngenkani yenhliziyo yami,’ ukuze kuqedwe okuswakemeyo nokomileyo,