Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




UJobe 32:16 - IsiZulu 2020

Nami ngibalinde yini, njengoba bengasho lutho na? Bamile laphaya, abasaphenduli.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Ngibalindele yini, uma bengakhulumi, na? Ngokuba bemi bengasaphenduli.

Uka jalj uñjjattʼäta

Contemporary Zulu Bible 2024

Lapho ngilindile (ngokuba abazange bakhulume, kodwa bema bangaphindi baphendule;)

Uka jalj uñjjattʼäta



UJobe 32:16
6 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Sengathi impela ningawuhlaba inhlali, lokho kuyoba ngukuhlakanipha kini.


“Bakhungathekile, baphelelwe ngamazwi, akukho lutho abangalusho.


Nami sengizophendula, ngibeke olwami uvo.


Nesiwula lapho sithule kuthiwa yisihlakaniphi, novala umlomo wakhe unokuqonda.


Ngakho-ke ohlakaniphileyo uyakuthula ngaleso sikhathi, ngokuba yisikhathi esibi.


Yazini lokhu, bazalwane bami abathandekayo, ukuthi: makube yilowo nalowo muntu asheshe ukuzwa, aphuze ukukhuluma, aphuze nokuthukuthela.