Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia

- Anuncios ukanaka -




UJobe 32:16 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 Ngibalindele yini, uma bengakhulumi, na? Ngokuba bemi bengasaphenduli.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

16 Nami ngibalinde yini, njengoba bengasho lutho na? Bamile laphaya, abasaphenduli.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

16 Lapho ngilindile (ngokuba abazange bakhulume, kodwa bema bangaphindi baphendule;)

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UJobe 32:16
6 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Sengathi ningathula nokuthula, lokho kube ngukuhlakanipha kini.


“Bayakhungatheka, abasaphenduli; baphelelwa ngamazwi.


Nami ngiyakuphendula okwami, ngitshengise nami umqondo wami.


Nesiwula lapho sithule kuthiwa isihlakaniphi; ovala umlomo wakhe ungoqondileyo.


Ngalokho ohlakaniphileyo uyakuthula ngaleso sikhathi, ngokuba kuyisikhathi esibi lesi.


Niyakwazi lokho, bazalwane bami abathandekayo. Yilowo nalowo muntu makasheshe ukuzwa, aphuze ukukhuluma, aphuze ukuthukuthela;


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka