UJeremiya wamlilela uJosiya. Bonke abahlabeleli besilisa nabesifazane bayakhuluma ngoJosiya ekulileni kwabo kuze kube namuhla. Bakwenza kwaba yisimiso kwa-Israyeli; bheka, kulotshiwe ezililweni.
UJobe 3:8 - IsiZulu 2020 Mabaluqalekise labo abaqalekisa usuku, labo abalungele ukuvusa uLeviyathani. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Mababuqalekise abathuka amalanga, abalungele ukuvusa uLeviyathani. Contemporary Zulu Bible 2024 Mabaqalekise oqalekisa usuku, olungele ukuvuka ukulila kwabo. |
UJeremiya wamlilela uJosiya. Bonke abahlabeleli besilisa nabesifazane bayakhuluma ngoJosiya ekulileni kwabo kuze kube namuhla. Bakwenza kwaba yisimiso kwa-Israyeli; bheka, kulotshiwe ezililweni.
Izinkanyezi zokuhwelela kobusuku maziphenduke ubumnyama, mabulindele ukukhanya kodwa kungabi bikho, mabungakuboni ukuntwela kokusa,
Ngalolo lusuku uSimakade uyojezisa uLeviyathani ngenkemba yakhe enonya, elukhuni nemandla. ULeviyathani yinkanyamba esheshayo, futhi ethandelayo, uyobulala nenkanyamba yasolwandle ehlala khona.
Ngakho-ke usho kanje uSimakade uNkulunkulu Wamabandla, iNkosi, uthi: “Kuyakulilwa kuzo zonke izigcawu, nakuyo yonke imigwaqo, kuthiwe: ‘Maye! Maye!’ Bayakubiza umlimi ukuba akhale, nongoti bokukhihla isililo.
‘Sinishayele imitshingo, kodwa anisinanga; sahlabelela ingoma yesililo, kodwa anililanga.’
Bafika-ke endlini yomphathi wesinagoge. UJesu wabona isiyaluyalu; abakhalayo, nababelila kakhulu.