Kwakuyoba sengathi angikaze ngibe khona, ngiphume esibelethweni, ngiyiswe ethuneni.
UJobe 3:16 - IsiZulu 2020 noma kungani ngingagcwatshwanga njengokuphuphumileyo nanjengombungu ongalibonanga ilanga? IBHAYIBHELI ELINGCWELE noma ngangingekho njengokuphuphumileyo okuthukusiweyo, njengezingane ezingazange zibone ukukhanya. Contemporary Zulu Bible 2024 Noma bengingaba khona njengozalo olufihlwayo; njengezingane ezingakaze zikubone ukukhanya kwemini. |
Kwakuyoba sengathi angikaze ngibe khona, ngiphume esibelethweni, ngiyiswe ethuneni.
Lapho izikhohlakali zingasakwazi ukuhlupha, nalapho abakhathele besekuphumuleni.
Mababe njengomnenke oncibilika uphele, njengokuphuphume kowesifazane, okungalibonanga ilanga.
Amabhodwe enu engakakuzweli ukushisa kwezinkuni zameva, uyakuziphephula, noma ziluhlaza, noma zivutha.
kodwa ongcono kakhulu yilowo ongakazalwa, ongakayiboni imisebenzi emibi eyenzeka phansi komthunzi welanga.
Uma umuntu ezele abantwana abayikhulu, aphile iminyaka eminingi, zibe ziningi izinsuku zeminyaka yakhe, kodwa angathokozeli izinto ezinhle empilweni, futhi angangcwatshwa, ngithi okuphuphumileyo kungcono kunaye,