ngoba uSimakade wayekade ebavale izibeletho bonke abendlu ka-Abhimeleki ngenxa kaSara umka-Abhrahama.
UJobe 3:10 - IsiZulu 2020 ngokuba abuzivalanga izivalo zesizalo sikamame, abuyifihlanga inkathazo emehlweni ami. IBHAYIBHELI ELINGCWELE ngokuba abuvalanga izivalo zesizalo sikamame, abufihlanga ukuhlupheka emehlweni ami. Contemporary Zulu Bible 2024 Ngoba aluvalanga iminyango yesizalo sikamame futhi alufihlanga usizi emehlweni ami. |
ngoba uSimakade wayekade ebavale izibeletho bonke abendlu ka-Abhimeleki ngenxa kaSara umka-Abhrahama.
Lapho uSimakade ebona ukuthi uLeya uyisaliwakazi, wamvula isibeletho sakhe, kodwa wasivala esikaRaheli.
“Ngiyakuzonda ukuphila kwami, ngizokhononda ngokukhululeka, ngizokhuluma ebumunywini bomphefumulo wami.
“Kungani ngingafelanga esiswini na? Angibhubhanga ngani lapho ngiphuma esizalweni na?
Izinkanyezi zokuhwelela kobusuku maziphenduke ubumnyama, mabulindele ukukhanya kodwa kungabi bikho, mabungakuboni ukuntwela kokusa,
Susa ukungeneliseki engqondweni yakho, uxoshe ubuhlungu emzimbeni wakho, ngokuba ubusha nokuqala kokuphila kuyize.
ngokuba akangibulalanga ngisesiswini, umame abe yithuna lami, nesisu sakhe sahlala singikhulelwe njalo.
UHana wamnika amavenge aphindwe kabili, ngokuba wayemthanda uHana, nakuba uSimakade ayesivalile isibeletho sakhe.