Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




UJobe 27:7 - IsiZulu 2020

“Isitha sami masifane nesikhohlakali, nomelene nami abe njengowenza okubi.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

“Isitha sami masibe njengomubi, nongisukelayo njengowonileyo.

Uka jalj uñjjattʼäta

Contemporary Zulu Bible 2024

Isitha sami masibe njengomubi, nongivukelayo abe njengomuntu ongenabulungisa.

Uka jalj uñjjattʼäta



UJobe 27:7
6 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Inkosi yathi kumKhushe: “Kuhamba kahle yini ngensizwa u-Absalomu,na?” UmKhushe wathi: “Izitha zenkosi yami, inkosi, nabo bonke abayivukelayo mababe njengaleyo nsizwa.”


Ngibambelele ekulungeni kwami, angisoze ngakuyeka, inhliziyo yami ayizenyezi nangolulodwa lwemihla yami.


Liyini ithemba longenankulunkulu nxa enqunywa, lapho uNkulunkulu ethatha umphefumulo wakhe na?


Ngabe ukhona yini ongilaleleyo na? Nantu uphawu lwami, uSomandla makangiphendule. Sengathi ngabe nginencwadi yecala ayilobileyo omelana nami!


Khona lapho uDaniyeli, ogama lakhe nguBhelitheshazari, wamangala isikhashana, imicabango yakhe yamesabisa. Inkosi yathi: “Bhelitheshazari, iphupho nencazelo makungakwesabisi.” UBhelitheshazari waphendula, wathi: “Nkosi, iphupho malibe ngelabakuzondayo, nencazelo yalo ibe ngeyezitha zakho.


“Nkosi yami, ngiyafunga ngoSimakade, nangempilo yakho uqobo, njengoba uSimakade ekuvimbele ukuba ube necala legazi nokuba uziphindiselele ngesandla sakho; mazibe njengoNabali izitha zakho nalabo abafuna ukubulala inkosi yami.