Sengizizwile izinsolo zakho ezingithunazayo, kodwa manje umoya wami wokuqonda ungenza ngiphendule.
UJobe 26:4 - IsiZulu 2020 Usizwe ngubani ukuba usho lawo mazwi? Uwafunzwe ngubani uze ukhulume kanjena na? IBHAYIBHELI ELINGCWELE Utshelwe ngubani lawo mazwi, nomoya kabani waphuma kuwe, na? Contemporary Zulu Bible 2024 Ukhulume kubani amazwi? nomoya kabani owaphuma kini? |
Sengizizwile izinsolo zakho ezingithunazayo, kodwa manje umoya wami wokuqonda ungenza ngiphendule.
Umeluleke kanjani ongahlakaniphile na? Wamnika izeluleko ezinhle kangakanani ongenakuqonda na?
uthuli lubuyele emhlabathini, njengoba lwalunjalo, umphefumulo ubuyele kuNkulunkulu owawuvele kuye.
Ngakho-ke ngiyanazisa ukuthi: akukho muntu okhuluma ngoMoya kaNkulunkulu ongathi: “Makaqalekiswe uJesu,” futhi akekho ongathi: “UJesu uyiNkosi,” ebe engaholwa nguMoya oNgcwele.