UJobe 21:10 - IsiZulu 2020 Inkunzi yazo iyakhwela, kayiphuthi; inkomazi yazo iyazala, kayiphunzi. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Inkunzi yabo iyakhwela, kayiphuthi; inkomo yabo iyazala, kayiphunzi. Contemporary Zulu Bible 2024 Inkunzi yabo iyazala futhi ayihluleki; amathole ezinkomo, angalilahli ithole lawo. |
Izindlu zazo zivikelekile, akukho ukwesaba kuzo; uswazi lukaNkulunkulu alukho phezu kwazo.
Ezweni lakini akekho owesifazane oyophuphunyelwa yisisu, noma oyoba yinyumba. Ngiyokupha impilo ende.
“Kwakukhona umuntu othile onothileyo, owayegqoka ezibukhwebezane nezelineni elihle, ezithokozisa imihla ngemihla, etamasa.
USimakade uyakukwandisela okuhle: isithelo sesibeletho sakho, esemfuyo yakho, nesomhlabathi wakho, ezweni uSimakade afunga kokhokho bakho ukukunika lona.