Ukunkeneneza okwesabisayo kusezindlebeni zakhe, uyothi esahlezi enethezekile, kutheleke umphangi.
UJobe 20:21 - IsiZulu 2020 Akusalanga lutho angaludlanga, ngakho-ke impumelelo yakhe ayinakuma. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Akusalanga lutho angaludlanga; ngalokho inhlanhla yakhe ayiyikuma. Contemporary Zulu Bible 2024 Akunakusala ekudleni kwakhe; ngakho kakho ozadinga impahla yakhe. |
Ukunkeneneza okwesabisayo kusezindlebeni zakhe, uyothi esahlezi enethezekile, kutheleke umphangi.
Asiyukuba nabantwana noma abazukulu phakathi kwabakubo, noyosinda lapho sasihlala khona.
Maye kini enihlanganisa indlu nendlu, ninezelele insimu kwenye, kuze kungabe kusaba bikho ndawo, ukuze kube yini nodwa enakhe emhlabeni!
USimakade Wamabandla wathi ezindlebeni zami: “Impela iningi lezindlu liyokuba yincithakalo, izindlu ezinkulu nezinhle kungabi namuntu ohlala kuzo.
Owenza ingcebo ngokungalungi ufana nentendele echamusela ingazalelanga; iyakumshiya dengwane esaphile ingxenye nje yezinsuku zakhe, ekugcineni abe yisiwula.
“Ngokuba abakwazi ukwenza okulungileyo,” kusho uSimakade. “Banqwabelela ubudlova nempango ezinqabeni zabo.”
Ngakho-ke isho kanje iNkosi uSimakade ithi: “Isitha siyakulihaqa izwe, sibhidlize izinqaba zenu, siphange nezigodlo zenu.”