UJobe 14:9 - IsiZulu 2020 ngephunga lamanzi uyakuhluma, uveze amagatsha njengesithombo. IBHAYIBHELI ELINGCWELE ngephunga lamanzi uyakuhluma, uveze izingatsha njengesithombo. Contemporary Zulu Bible 2024 Kodwa ngephunga lamanzi uyomila futhi uveze amagatsha njengesithombo. |
“ ‘Unyoko wayenjengomvini otshalwe ngasemanzini; othela kakhulu futhi ugcwele amagatsha ngenxa yamanzi amaningi.
Amaqabunga aso ayemahle, nezithelo zaso ziziningi, kukhona kuso ukudla kwabo bonke. Izilwane zasendle zazinomthunzi phansi kwaso, izinyoni zezulu zihlala emagatsheni aso, nabantu bonke babondliwa yiso.