Ngiyakuthi kuNkulunkulu: ‘Ungangilahli njengonecala, kodwa ngazise; kuyini ongiphikisa ngakho na?
UJobe 13:23 - IsiZulu 2020 Zingakanani iziphambeko zami nezono zami na? Ngazise izeqo zami nezono zami. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Iziphambeko zami nezono zami zingakanani na? Ngazise izeqo zami nezono zami. Contemporary Zulu Bible 2024 Zingaki iziphambeko zami nezono zami? ngazise isiphambeko sami nesono sami. |
Ngiyakuthi kuNkulunkulu: ‘Ungangilahli njengonecala, kodwa ngazise; kuyini ongiphikisa ngakho na?
Awusithetheleli ngani isiphambeko sami, ususe isono sami na? Ngokuba manje ngiyakulala phansi othulini, uyakungifuna, kepha angiyukuba bikho.”