Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




UJobe 13:22 - IsiZulu 2020

Khuluma, ngizophendula, noma mangikhulume, Wena ungiphendule.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Khona mawubize, mina ngiyakuphendula, noma kukhulume mina, wena ungiphendule.

Uka jalj uñjjattʼäta

Contemporary Zulu Bible 2024

Khona-ke ngibize, mina ngiphendule; noma ngikhulume ungiphendule.

Uka jalj uñjjattʼäta



UJobe 13:22
9 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Kepha ngizokhuluma kuSomandla, ngifisa ukuqagulisana noNkulunkulu.


Uyakungibiza, ngisabele, uyakuwulangazelela umsebenzi wezandla zakho,


Ngabe ukhona yini ongilaleleyo na? Nantu uphawu lwami, uSomandla makangiphendule. Sengathi ngabe nginencwadi yecala ayilobileyo omelana nami!


Bopha ukhalo lwakho njengendoda, ngizokubuza, wena ungazise.


Uma bengimbizile wase engiphendula, angikholwa ukuthi ulilalele izwi lami.


Ngokuba akasiye umuntu njengami ukuba bengingaqagulisana naye, nokuba ngibhekane naye esigcawini.


khona ngiyokhuluma ngingamesabi, ngoba angiyikho lokhu okucatshwangwa ngami.”