Kwakuyoba sengathi angikaze ngibe khona, ngiphume esibelethweni, ngiyiswe ethuneni.
UJobe 10:18 - IsiZulu 2020 “ ‘Wangivumelelani ukuba ngizalwe, ngiphume esibelethweni na? Ngangingafi ngani ngingakabonwa nangelilodwa iso na? IBHAYIBHELI ELINGCWELE “ ‘Ungikhipheleni esizalweni na? Ngangiyakugqibuka lingakangiboni iso, Contemporary Zulu Bible 2024 Pho, ungikhipheleni esizalweni sikamame na? Sengathi ngaphela umoya, iso lingangibonanga; |
Kwakuyoba sengathi angikaze ngibe khona, ngiphume esibelethweni, ngiyiswe ethuneni.
Kepha amehlo ezikhohlakali ayakufiphala; ayiyukuba bikho nendawo yokuphephela; ithemba lazo liyakuba ngukuphuma komphefumulo.”
Ngancika kuwe kwasekuzalweni kwami, nguwe owangikhipha esibelethweni sikamame. Ukudumisa kwami njalo kungawe.
Maye, maye kimi lokhu ungizale ngaba ngumuntu wokuphikisana, nomuntu wokuxabanisa emhlabeni wonke! Angebolekanga lutho futhi angebolekwanga lutho; nokho bonke bayangiqalekisa.
Impela iNdodana yomuntu izakuhamba njengokulotshiwe ngayo, kodwa maye, kulowo muntu iNdodana yomuntu ekhashelwa ngaye! Bekuyakuba ngcono kulowo muntu ukuba akazalwanga.”