UJakobe wesaba kakhulu, wakhathazeka, wayesehlukanisa abantu ayehamba nabo, nezimvu, nezinkomo, namakameli, kwaba ngamaqembu amabili,
UGenesise 32:8 - IsiZulu 2020 ethi emcabangweni wakhe: “Uma u-Esawu efika eqenjini lokuqala elibhubhisa, elinye liyokwazi ukuphunyuka.” IBHAYIBHELI ELINGCWELE wathi: “Uma u-Esawu efika kwelinye iqembu, alichithe, iqembu eliseleyo liyakubaleka.” Contemporary Zulu Bible 2024 Wathi: “Uma u-Esawu efika kwesinye isixuku, asinqobe, esinye isixuku esiseleyo siyakuphunyuka.” |
UJakobe wesaba kakhulu, wakhathazeka, wayesehlukanisa abantu ayehamba nabo, nezimvu, nezinkomo, namakameli, kwaba ngamaqembu amabili,
UJakobe wathandaza wathi: “Nkulunkulu kababamkhulu u-Abhrahama nokababa u-Isaka. Wena Simakade wathi kimi: ‘Buyela ezweni lakini nasezihlotsheni zakho, ngizokwenzela okuhle.’
“Bhekani lapha, ngiyanithuma njengezimvu phakathi kwezimpisi, ngakho-ke hlakaniphani njengezinyoka, nibe mnene njengamajuba.