Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia

- Anuncios ukanaka -




UGenesise 32:8 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 wathi: “Uma u-Esawu efika kwelinye iqembu, alichithe, iqembu eliseleyo liyakubaleka.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

8 ethi emcabangweni wakhe: “Uma u-Esawu efika eqenjini lokuqala elibhubhisa, elinye liyokwazi ukuphunyuka.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

8 Wathi: “Uma u-Esawu efika kwesinye isixuku, asinqobe, esinye isixuku esiseleyo siyakuphunyuka.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UGenesise 32:8
4 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

UJakobe wayeseshaywa luvalo kakhulu, ekhathazeka; wahlukanisa abantu ababenaye, nezimvu, nezinkomo, namakamela, kwaba ngamaqembu amabili,


Wathi uJakobe: “Nkulunkulu kababa u-Abrahama, Nkulunkulu kababa u-Isaka, Jehova, wena owathi kimi: ‘Buyela ezweni lakho nasezihlotsheni zakho,’ ngikwenzele okuhle,


Bhekani, ngiyanithuma ninjengezimvu phakathi kwezimpisi; ngakho-ke hlakaniphani njengezinyoka, nibe mnene njengamajuba.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka