Ngokwenza kanjalo, uJakobe waba yisicebi esikhulu, enemihlambi emikhulu yezimvu, nezimbuzi, nezincekukazi, nezinceku, namakameli, nezimbongolo.
UGenesise 32:5 - IsiZulu 2020 Nginezinkomo, izimbongolo, izimvu, izinceku zesilisa nezesifazane, ngakho-ke ngithumele ukuyazisa inkosi yami ukuze ngifumane umusa kuyo.’ ” IBHAYIBHELI ELINGCWELE nginezinkabi, nezimbongolo, nezimvu, nezinceku, nezincekukazi; sengithumele ukubika enkosini yami ukuba ngithole umusa emehlweni akho.’ ” Contemporary Zulu Bible 2024 Nginezinkomo nezimbongolo, nezimvu, nezigqila, nezincekukazi; ngathumela ukutshela inkosi yami lokho, ukuze ngithole umusa emehlweni akho. |
Ngokwenza kanjalo, uJakobe waba yisicebi esikhulu, enemihlambi emikhulu yezimvu, nezimbuzi, nezincekukazi, nezinceku, namakameli, nezimbongolo.
Yonke impahla uNkulunkulu ayephuce ubaba ingeyethu nabantwana bethu. Ngakho-ke yenza konke uNkulunkulu akutshele khona.”
USimakade wathi kuJakobe: “Phindela ezweni lokhokho bakho nasezihlotsheni zakho, Mina ngizoba nawe.”
Ngiyakuncenga, samukele isipho sami esithunyelwe kuwe, ngokuba uNkulunkulu ube nomusa kimi, futhi nginakho konke engikudingayo.” UJakobe waqhubeka emncenga, u-Esawu wagcina esesemukele isipho sakhe.
U-Esawu wathi: “Angikushiye namanye amadoda kulawa engihamba nawo.” UJakobe wathi: “Kungani inkosi yami ingenzela umusa ongaka na?”
U-Esawu wathi: “Ngabe iyini injongo yakho ngayo yonke le mihlambi engihlangane nayo na?” Wamphendula wathi: “Ukuba ngithole umusa enkosini yami.”
Bathi: “Usisindisile, ngakho-ke masifumane umusa kuwe nkosi, siyakuba yizigqila zikaFaro.”
Inkosi yathi kuZiba: “Uyabona-ke, konke obekungokukaMefibhoshethi sekungokwakho.” UZiba wayesethi: “Ngiyakhuleka ukuba ngifumane umusa emehlweni akho, nkosi yami, nkosi.”
Kepha uma leyo nceku ithi enhliziyweni yayo: ‘Inkosi yami isalibele ukuba ifike,’ bese iqala ukushaya izisebenzi zesilisa nezesifazane, idle, iphuze, idakwe,
URuthi wakwaMowabi wathi kuNawomi: “Ngivumele ngihambe ngiye ensimini ukuze ngikhothoze emva kwalowo oyokuba nomusa kimi.” UNawomi wathi kuye: “Hamba ndodakazi yami.”
Wathi: “Incekukazi yakho mayifumane umusa emehlweni akho.” Owesifazane wayesehamba, wadla, ubuso bakhe ababe busanyukubala.