Kwathi ukuba uSimakade aqede ukukhuluma no-Abhrahama, behlukana, u-Abhrahama waphindela ekhaya.
UGenesise 32:1 - IsiZulu 2020 UJakobe wabamba eyakhe indlela, izingelosi zikaNkulunkulu zamhlangabeza. IBHAYIBHELI ELINGCWELE UJakobe wahamba indlela yakhe; izingelosi zikaNkulunkulu zamhlangabeza. Contemporary Zulu Bible 2024 UJakobe waqhubeka, futhi ingelosi kaNkulunkulu yamhlangabeza. |
Kwathi ukuba uSimakade aqede ukukhuluma no-Abhrahama, behlukana, u-Abhrahama waphindela ekhaya.
Bambusisa uRibheka bathi: “Dadewethu, sengathi ungakhula ube ngukhokho wezizukulwane eziyizinkulungwane zezigidi, izizukulwane zakho zinqobe amasango ezitha zazo.”
Awunginikanga ngani ithuba lokwanga abazukulu bami namadodakazi ami, ngibavalelise na? Okwenzileyo kungubuphukuphuku.
Ngokuba uyakuyaleza izingelosi zakhe ngawe, zikulondoloze ezindleleni zakho zonke.
noma uPawula, noma u-Apholo, noma uKhefase noma izwe, noma ukuphila, noma ukufa, noma okukhona, noma okusazokuba khona, konke kungokwenu.
ukuze ngebandla baziswe manje ababusi nabanamandla emazulwini ukuhlakanipha okuninginingi kukaNkulunkulu,