Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia

- Anuncios ukanaka -




UGenesise 24:60 - IsiZulu 2020

60 Bambusisa uRibheka bathi: “Dadewethu, sengathi ungakhula ube ngukhokho wezizukulwane eziyizinkulungwane zezigidi, izizukulwane zakho zinqobe amasango ezitha zazo.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

60 Bambusisa uRebeka, bathi kuye: “Dadewethu, yiba wena izinkulungwane zezigidi, inzalo yakho inqobe amasango ezitha zayo.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

60 Basebembusisa uRebeka, bathi kuye: Wena ungudadewethu, ube ngunina wezinkulungwane zezigidi, inzalo yakho idle ilifa lesango lalabo abayizondayo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UGenesise 24:60
15 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

wababusisa, wathi: “Zalanani nande, nigcwalise umhlaba; niwubuse. Nibuse phezu kwezinhlanzi zolwandle, naphezu kwezinyoni zezulu, nazo zonke izilwane ezinwabuzela emhlabeni.”


Wambusisa u-Abhrama wathi: “U-Abhrama makabusiswe nguNkulunkulu oPhezukonke, uMdali wezulu nomhlaba.


Ngizombusisa akuzalele indodana, abe ngunina wezizwe eziningi okuyovela kuzo amakhosi ayobusa izizwe.”


ngizokubusisa impela, ngiyokwenza izizukulwane zakho zibe ziningi njengezinkanyezi esibhakabhakeni, nanjengesihlabathi ogwini lolwandle. Izizukulwane zakho ziyakunqoba izitha zazo, zidle nemizi yazo,


URibheka ekhashwa yizimpelesi zakhe basukuma, bagibela amakameli, balandela inceku. Inceku yamthatha kanjalo uRibheka, yabamba indlela.


Sengathi uNkulunkulu uSomandla angakubusisa, akwandise kakhulu, ukuze kuvele kuwe izizwe eziningi.


UJakobe wabamba eyakhe indlela, izingelosi zikaNkulunkulu zamhlangabeza.


Ngakho-ke uJakobe wababusisa kanjalo ngalolo lusuku, ethi: “Ngawe u-Israyeli uyakubusisana athi: ‘UNkulunkulu makakwenze ufane no-Efrayimi noManase.’ ” UJakobe wambeka u-Efrayimi waba phambi kukaManase.


UNkulunkulu wambusisa uNowa namadodana akhe, wathi kubo: “Zalanani nande, nigcwalise umhlaba.


thathani abafazi, nizale amadodana namadodakazi; thathelani amadodana enu abafazi, amadodakazi enu niwaganisele amadoda, ukuba azale amadodana namadodakazi, nande lapho, ninganciphi.


Umfula womlilo wawugeleza uqubuka phambi kwakhe. Inkulungwane yezinkulungwane yayimkhonza, nezinkulungwane ezilishumi zezinkulungwane ezilishumi zimi phambi kwakhe; kwahlala abehluleli, izincwadi zavulwa.


Niyakuzishiyela amadodana enu zibe yifa lawo kuze kube phakade. Kepha makungabi bikho muntu oyophatha ngesihluku umfowabo kubantu bakwa-Israyeli.


uyise nonina bayoyibamba, bayiyise kumalunga omuzi wakubo nasesangweni lakubo.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka