Lokhu senize naphambukela emzini wenceku yenu, manginitholele isinkwa nimise insika, niphumule, bese niqhubeka nohambo lwenu.” Amphendula athi: “Kulungile.”
UGenesise 19:8 - IsiZulu 2020 Lalelani lapha, nginamadodakazi amabili aseyizintombi; ngivumeleni ngininikeze wona nizibonele. Inqobo nje uma ningezukuwathinta lawa madoda angenise kwami ngokuba kuyisibopho sami ukuwavikela.” IBHAYIBHELI ELINGCWELE Bhekani, nginamadodakazi amabili angayazi ndoda; ake nginiphumisele wona, nenze kuwo njengokufanele emehlweni enu; kepha kulawa madoda ningenzi lutho, ngokuba angene emthunzini wophahla lwami.” Contemporary Zulu Bible 2024 Bhekani, nginamadodakazi amabili engingaziwa muntu; ngiyakubakhiphela bona, ngenze kubo njengokuhle emehlweni enu; nje ungenzi lutho kulawa madoda; ngoba zeza ngaphansi komthunzi wophahla lwami. |
Lokhu senize naphambukela emzini wenceku yenu, manginitholele isinkwa nimise insika, niphumule, bese niqhubeka nohambo lwenu.” Amphendula athi: “Kulungile.”
URubeni wathi kuyise: “Uma ngingambuyiseli kuwe, bulala amadodana ami omabili, kodwa manje mnikele esandleni sami, ngizombuyisela kuwe.”
U-Aroni wathi: “Ungangithukutheleli nkosi yami. Uyabazi abantu ukuthi bathanda ukwenza okubi.
“Osola isedeleli uzibangela ukwethukwa, nothethisa isikhohlakali uziholela ukulimala.
Akusikho yini ukwabelana nabalambileyo isinkwa sakho, ukungenisa abampofu nemihambima ekhaya lakho, lapho ubona ohambaze umembathise, nokungazifihli ezihlotsheni zakho na?
Kungani kungashiwo njengokuba abanye bekhuluma kabi ngathi, bethi: masenze okubi, ukuze kuvele okuhle na? Ukwehlulelwa kwabo kubafanele.
Ikhehla, umninindlu laphumela kubo, lathi: “Qha, bafowethu, ningabenzi lobu bubi obungaka. Njengoba le ndoda ingenise endlini yami, ningabenzi lobu buwula obuyihlazo.
Bhekani, nansi indodakazi yami, eyintombi, nesancinza sale ndoda, ngizakukhipha bona, nenze kubo noma yini eniyibona ilungile emehlweni enu, kodwa kule ndoda, aniyukubenza lobu buwula obuyihlazo.”
“Isihlahla sejikijolo saphendula sathi: ‘Uma ningibeka ngibe yinkosi yenu, wozani nizokhosela phansi komthunzi wami, uma kungenjalo, makuvele umlilo ejikijolweni, uqothule imisedari eLebhanoni.’