UEksodusi 8:2 - IsiZulu 2020 Uma ubenqabela ukuba bahambe, ngizolishaya lonke iGibhithe ngamasele. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Uma wenqaba ukuba basuke, bheka, mina ngiyakushaya izwe lakho lonke ngamasele; Contemporary Zulu Bible 2024 Uma wenqaba ukuba bahambe, bheka, ngiyakushaya yonke indawo yakho ngamasele. |
USimakade wathi kuMose: “Inhliziyo kaFaro ilukhuni; uyenqaba ukuvumela abantu ukuba bahambe.
USimakade wathi kuMose: “Hamba uye kuFaro uthi kuye: ‘USimakade uthi: vumela abantu bami bahambe ukuze bayongikhonza.
Umfula iNayili uzogcwala amasele, azokwenyuka, enyukele endlini yakho, nasekamelweni lakho, embhedeni wakho, nasemizini yezinceku zakho, neyabantu bakho, nakohhavini nasezitsheni zokuxovela inhlama.