Uyazi ukuthi u-Abhineri, indodana kaNeri, ubeze ukuzokukhohlisa, nokwazi ukuphuma nokungena kwakho, nokuthi akwazi konke okwenzayo.”
UDuteronomi 28:6 - IsiZulu 2020 “Uyakubusiswa ekungeneni kwakho, ubusiswe nasekuphumeni kwakho. IBHAYIBHELI ELINGCWELE “Uyakubusiswa ekungeneni kwakho, ubusiswe nasekuphumeni kwakho. Contemporary Zulu Bible 2024 Uyakubusiswa ekungeneni kwakho, ubusiswe nasekuphumeni kwakho. |
Uyazi ukuthi u-Abhineri, indodana kaNeri, ubeze ukuzokukhohlisa, nokwazi ukuphuma nokungena kwakho, nokuthi akwazi konke okwenzayo.”
Manje ngiphe ukuhlakanipha nokwazi ukuze ngihole laba bantu, ngokuba ngubani ongehlulela laba bantu bakho abaningi kangaka na?”
USimakade uyolondoloza ukuphuma kwakho nokungena kwakho, kusukela manje kuze kube phakade.
UNkulunkulu wathi kuBhileyamu: “Awunakuhamba, awunakubaqalekisa labo bantu, ngoba babusisiwe.”
ozophuma angene phambi kwayo, abakhiphe, abafake, ukuze inhlangano kaSimakade ingabi njengezimvu ezingenamelusi.”
“USimakade uyozenza izitha ezikuvukelayo ukuba zehlulwe phambi kwakho, ziyakuza kuwe zivela ngasendaweni eyodwa, kodwa ziyakubaleka ngezindlela eziyisikhombisa.
wathi kubo: “Namuhla ngineminyaka eyi-120 angisakwazi kuphuma nakungena; uSimakade uthe kimi: ‘Awuyukuliwela leli Jordani.’