Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




UDuteronomi 16:8 - IsiZulu 2020

Izinsuku eziyisithupha uyokudla isinkwa esingenamvubelo. Ngosuku lwesikhombisa, kuyoba ngumhlangano ozothileyo kuSimakade uNkulunkulu wakho; awuyukwenza msebenzi ngalo.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Izinsuku eziyisithupha uyakudla isinkwa esingenamvubelo, ngosuku lwesikhombisa kube ngumhlangano ozothileyo kuJehova uNkulunkulu wakho; ungasebenzi msebenzi.

Uka jalj uñjjattʼäta

Contemporary Zulu Bible 2024

Izinsuku eziyisithupha uyakudla isinkwa esingenamvubelo, ngosuku lwesikhombisa kube nomkhosi kaJehova uNkulunkulu wakho;

Uka jalj uñjjattʼäta



UDuteronomi 16:8
9 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Kwathi ngosuku lwesishiyagalombili benza umhlangano ozothileyo ngokuba begcinile ukubusiswa kwe-althare izinsuku eziyisikhombisa nomkhosi izinsuku eziyisikhombisa.


Nsuku zonke, kusukela osukwini lokuqala lomkhosi kuze kube ngolokugcina, wayefunda encwadini yomthetho kaNkulunkulu. Bawugubha izinsuku eziyisikhombisa, kwathi ngosuku lwesishiyagalombili bahlangana, ukuze bawuvale ngesizotha umkhosi njengoba kubekwe emthethweni.


Memezelani usuku olungcwele lokuzila ukudla, nibize umhlangano, niqoqele amalunga nazo zonke izakhamuzi zezwe endlini kaSimakade uNkulunkulu wenu, nikhale kuSimakade.


Izinsuku eziyisikhombisa niyakunikela ngomnikelo womlilo kuSimakade. Ngosuku lwesishiyagalombili nibe nomhlangano ongcwele, niyonikela ngomnikelo womlilo kuSimakade, ngumhlangano ohloniphekileyo; aniyukwenza msebenzi.


Ngosuku lwesikhombisa niyoba nomhlangano ongcwele; aniyukusebenza msebenzi.