Nginitshelile namuhla, kodwa anililaleli izwi likaSimakade uNkulunkulu wenu, ngisho nokukodwa nje angithume khona kini.
UDuteronomi 11:26 - IsiZulu 2020 “Bheka, ngibeka phambi kwenu namuhla isibusiso nesiqalekiso. IBHAYIBHELI ELINGCWELE “Bheka, ngibeka phambi kwakho namuhla isibusiso nesiqalekiso, Contemporary Zulu Bible 2024 Bhekani, nginethula namuhla ngesibusiso nesiqalekiso; |
Nginitshelile namuhla, kodwa anililaleli izwi likaSimakade uNkulunkulu wenu, ngisho nokukodwa nje angithume khona kini.
Ngokuba bonke abayeme emisebenzini yomthetho, baphansi kwesiqalekiso, ngokuba kulotshiwe ukuthi: “Baqalekisiwe bonke abangabambeleli, bakwenze konke njalo okulotshwe encwadini yomthetho.”
“Kuyothi lapho zonke lezi zinto, izibusiso neziqalekiso engizibeke phambi kwakho, uzindle ngazo enhliziyweni yakho phakathi kwezizwe lapho uSimakade uNkulunkulu wakho ayokudingisela khona,