Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




UDaniyeli 11:44 - IsiZulu 2020

Iyakwethuswa yimibiko evela empumalanga nasenyakatho; iyakuphuma ngokufutheka okukhulu ukwenzakalisa nokubhubhisa abaningi.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Iyakwethuswa yimibiko evela empumalanga nasenyakatho; iyakuphuma ngokufutheka okukhulu ukuchitha nokubhubhisa abaningi.

Uka jalj uñjjattʼäta

Contemporary Zulu Bible 2024

Kodwa izindaba ezivela empumalanga nasenyakatho ziyomethusa; ngakho-ke iyohamba ngokufutheka okukhulu ukuze ibhubhise abaningi futhi ishaye ngesiqalekiso.

Uka jalj uñjjattʼäta



UDaniyeli 11:44
8 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

“Inkosi yaseningizimu iyakuvutha ulaka, iphume, ilwe nenkosi yasenyakatho; iyakuveza isixuku esikhulu, isixuku sinikelwe esandleni sayo.


Imikhumbi yaseKhithimi iyakuyisukela, bese idabuka, ibuye ithukuthelele isivumelwano esingcwele, ifeze; iyakubuya, inake abasishiyile isivumelwano esingcwele.


Iyakubusa phezu kwengcebo yegolide nesiliva, naphezu kwakho konke okuthandekayo kwaseGibhithe; amaLubi namaKhushe ayakuba sezinyathelweni zayo.


Iyakumisa ithende lendlu yayo yobukhosi phakathi kolwandle nentaba enhle engcwele, kepha ilibhekise esiphethweni sayo, akakho ongayisiza.”


Eyesithupha yasithululela isitsha sayo emfuleni omkhulu iYufrathe, kwase kusha amanzi kuwo, ukuze kulungiswe indlela yamakhosi avela empumalanga.


Lawa amqondo munye, futhi anika isilo amandla negunya lawo.