Amazinyo akho afana nomhlambi wezimvukazi ezisanda kugundwa, zikhuphuka zivela kogezwa, zonke zinamaphahla, kungekho neyodwa efelweyo kuzo.
IsiHlabelelo seziHlabelelo 6:6 - IsiZulu 2020 Amazinyo akho afana nomhlambi wezimvukazi zikhuphuka kade zigezwa, zinamaphahla, kungekho neyodwa efelweyo kuzo. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Amazinyo akho anjengomhlambi wezimvukazi ezikhuphuka zigeziwe, zinamawele zonke, kungekho neyodwa phakathi kwazo efelweyo. Contemporary Zulu Bible 2024 Amazinyo akho anjengomhlambi wezimvu ezikhuphuka zigeziwe, zonke zizala amawele, kungekho neyodwa eyinyumba phakathi kwazo. |
Amazinyo akho afana nomhlambi wezimvukazi ezisanda kugundwa, zikhuphuka zivela kogezwa, zonke zinamaphahla, kungekho neyodwa efelweyo kuzo.
Susa amehlo akho kimi, ngokuba ayangisanganisa, izinwele zakho zifana nomhlambi wezimbuzi wehla entabeni yakwaGileyadi.
Wabona umkhiwane owodwa ngasendleleni, waya kuwo, kodwa akatholanga lutho kuwo, ngaphandle kwamaqabunga kuphela. Wayesethi kuwo: “Akungabe kusavela sithelo kuwe naphakade.” Umkhiwane wabuna ngaso leso sikhathi.
Leyo nceku engenamsebenzi walutho yiphonseni ebumnyameni obungaphandle, lapho kuyakuba khona ukukhala nokugedla amazinyo.’ ”