Kwathi uJesu edlula ngasolwandle iGalile, wabona uSimoni no-Andreya, umfowabo, bephonsa inetha olwandle, kwazise phela babengabadobi.
NgokukaMarku 3:16 - IsiZulu 2020 Wabamisa abali-12, wabaqamba lawa magama: uSimoni wamqamba wathi nguPhethro, IBHAYIBHELI ELINGCWELE Wayesemisa laba abayishumi nambili: uSimoni owamqamba igama lokuthi uPetru, Baasraak Zulu New Testament Bible USimoni amqamba ngokuthi uPetru; Contemporary Zulu Bible 2024 USimoni amqamba ngokuthi uPetru; |
Kwathi uJesu edlula ngasolwandle iGalile, wabona uSimoni no-Andreya, umfowabo, bephonsa inetha olwandle, kwazise phela babengabadobi.
uJakobe kaZebedewu, noJohane umfowabo; wabaqamba ngokuthi ngoBhowanergesi okusho ukuthi bangozulu liyaduma;
Kuthe sekusile, wababiza abafundi bakhe, wakhetha kubo abali-12, wababiza ngokuthi abaphostoli:
Wamyisa kuJesu. UJesu wambheka, wathi: “Wena unguSimoni kaJona; usuzakubizwa ngokuthi uKhefase,” okusho ukuthi ngokuhunyushwa, uPhethro.
Kuthe sebengenile, benyukela ekamelweni eliphezulu, lapho babehleli khona: uPhethro, uJohane, uJakobe, u-Andreya, uFiliphu, uThomase, uBhartholomewu, uMathewu, uJakobe ka-Alfewu, uSimoni umZelothe, noJuda kaJakobe.
Ngikusho lokhu ngokuba yilowo nalowo kini uthi: “Mina ngingokaPawula;” omunye athi: “Mina ngingoka-Apholo;” omunye uthi: “Mina ngingokaKhefase;” nomunye athi: “Mina ngingokaKhristu.”
noma uPawula, noma u-Apholo, noma uKhefase noma izwe, noma ukuphila, noma ukufa, noma okukhona, noma okusazokuba khona, konke kungokwenu.
Asinalo yini ilungelo lokuhamba nomzalwanekazi ongumkethu njengabanye abaphostoli, abafowabo beNkosi, noKhefase na?
USimoni Phethro, inceku nomphostoli kaJesu Khristu, kulabo abemukele ukukholwa okuyigugu kanye nathi, ngokulunga kukaNkulunkulu wethu noMsindisi uJesu Khristu: