Kwathi-ke besambela umuntu othile; bheka, babona iviyo liza; bamlahla lowo muntu ethuneni lika-Elisha. Kwathi lapho isidumbu sakhe sithinta amathambo ka-Elisha, waphila, wema ngezinyawo zakhe.
Mathewu 8:15 - IsiZulu 2020 Wathinta isandla sakhe, umkhuhlane waphela; wayesevuka, wamkhonza. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Waphatha isandla sakhe, umkhuhlane wamyeka; wavuka, wamkhonza. Baasraak Zulu New Testament Bible Wathinta isandla sakhe, umkhuhlane wamyeka; wavuka, wabakhonza. Contemporary Zulu Bible 2024 Wathinta isandla sakhe, umkhuhlane wamyeka; wavuka, wabakhonza. |
Kwathi-ke besambela umuntu othile; bheka, babona iviyo liza; bamlahla lowo muntu ethuneni lika-Elisha. Kwathi lapho isidumbu sakhe sithinta amathambo ka-Elisha, waphila, wema ngezinyawo zakhe.
Lathinta umlomo wami, lathi: “Uyabona, lokhu kuzithintile izindebe zakho; ububi bakho sebususiwe, nezono zakho sezihlanguliwe.”
Bamnxusa ukuba bathinte nje umphetho wengubo yakhe; bonke abawuthintayo baphiliswa.
UJesu wayesengena endlini kaPhethro, wabona umkhwekazi kaPhethro elele phansi, enomkhuhlane.
Kwathi kusihlwa, baletha kuye abaningi abanamadimoni, wabakhipha omoya ngezwi, wabaphulukisa bonke abagulayo,
UJesu welula isandla sakhe, wamthinta, wathi: “Ngiyathanda; hlambuluka.” Wayesehlambuluka ngokushesha ochokweni lwakhe.
Kwakukhona owesifazane owayenesifo somopho iminyaka eli-12, wasondela emuva kukaJesu, wathinta umphetho wengubo yakhe.
Sebephumile esinagogeni, baya masinyane endlini kaSimoni no-Andreya, benoJakobe noJohane.
UJesu egcwele isihawu, welula isandla sakhe, wamthinta, wathi kuye: “Ngiyathanda; hlambuluka.”