“Uma ungena ezinhlangeni zokusanhlamvu kwamakhelwane wakho, uyakukha izikhwebu ngesandla sakho, kodwa awuyukulisebenzisa isikela ezinhlangeni zokusanhlamvu kwamakhelwane wakho.”
Mathewu 12:1 - IsiZulu 2020 Ngaleso sikhathi uJesu wadabula emasimini kakolo ngosuku lwesabatha. Abafundi bakhe babelambile, baqala ukukha izikhwebu, badla. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ngaleso sikhathi uJesu wadabula amasimu ngesabatha; abafundi bakhe babelambile, baqala ukukha izikhwebu, badla. Baasraak Zulu New Testament Bible Ngaleso sikhathi uJesu wadabula amasimu ngesabatha; abafundi bakhe babelambile, baqala ukukha izikhwebu, badla. Contemporary Zulu Bible 2024 Ngaleso sikhathi uJesu wadabula amasimu ngesabatha; abafundi bakhe babelambile, baqala ukukha izikhwebu, badla. |
“Uma ungena ezinhlangeni zokusanhlamvu kwamakhelwane wakho, uyakukha izikhwebu ngesandla sakho, kodwa awuyukulisebenzisa isikela ezinhlangeni zokusanhlamvu kwamakhelwane wakho.”