KwabaseGalathiya 1:2 - IsiZulu 2020 nabazalwane bonke abanami kuwo wonke amabandla aseGalathiya: IBHAYIBHELI ELINGCWELE nabazalwane bonke abanami kuwo amabandla aseGalathiya: Baasraak Zulu New Testament Bible Nabazalwane bonke abanami kuwo amabandla aseGalathiya; Contemporary Zulu Bible 2024 Nabazalwane bonke abanami kuwo amabandla aseGalathiya; |
Kwathi esehlale khona isikhathi esithile, wahamba, wadabula eGalathiya naseFrigiya ngokulandelana, eqinisa bonke abafundi.
Ngakho-ke ibandla laba nokuthula kulo lonke iJudiya, eGalile, naseSamariya, lakheka, lihamba ngokuyesaba iNkosi, nangenduduzo kaMoya oNgcwele, likhula kakhulu.
Maqondana nomnikelo oqoqelwa abangcwele, njengalokhu ngawayala amabandla aseGalathiya, nani-ke yenzani kanjalo.
Maye ziwula zamaGalathiya! Niluthwe ngubani nina enachazelwa ngoJesu Khristu ebethelwe esiphambanweni, kwaba sengathi nimbona ngamehlo na?
Kepha niyakwazi ukwethembeka kwakhe ukuthi ukubonakalisile ngokusebenza nami, njengendodana isebenza noyise ngenxa yevangeli.
Ngikhonzeleni kwabangcwele bonke abakuKhristu uJesu. Abazalwane abanami lapha bayakhonza kini.