Ngakho-ke qaphelani ukuthi nizwa kanjani, ngokuba yilowo nalowo onakho, uyakuphiwa, kodwa lowo ongenakho, uyakwemukwa nalokho anakho.”
KwabaseFilipi 3:4 - IsiZulu 2020 nakuba bengingethembela enyameni. Uma kukhona ocabanga ukuthi unesizathu sokwethembela enyameni, mina ngineziningi. IBHAYIBHELI ELINGCWELE nakuba nami bengingaba nokwethemba enyameni. Uma omunye umuntu ecabanga ukuthi unokwethemba enyameni, mina kakhulu; Baasraak Zulu New Testament Bible nakuba nami bengingaba nethemba enyameni. Uma omunye umuntu ecabanga ukuthi unokuthenjwa enyameni, mina kakhulu. Contemporary Zulu Bible 2024 Nakuba nami bengingaba nethemba enyameni. Uma omunye umuntu ecabanga ukuthi unokuthenjwa enyameni, mina kakhulu. |
Ngakho-ke qaphelani ukuthi nizwa kanjani, ngokuba yilowo nalowo onakho, uyakuphiwa, kodwa lowo ongenakho, uyakwemukwa nalokho anakho.”
Kanjalo thina kusukela manje, asisazi muntu ngokwenyama; nakuba besimazi uKhristu ngokwenyama, nokho manje asisamazi.