KuThithu 3:13 - IsiZulu 2020 UZena, ummeli, no-Apholo basendleleni, uqinisekise ukuthi abasweli lutho. IBHAYIBHELI ELINGCWELE UZena, ummeli, no-Apholo wobahambisa ngokunakekela, bangasweli lutho. Baasraak Zulu New Testament Bible Uze ukhuthalele uZena, usazimthetho, loApolosi, bahambe ngohambo lwabo, ukuze bangasweli lutho. Contemporary Zulu Bible 2024 Uze ukhuthalele uZena, usazimthetho, loApolosi, bahambe ngohambo lwabo, ukuze bangasweli lutho. |
Kwase kusukuma isazimthetho esithile, samlinga sathi: “Mfundisi, ngizakwenzani ukuba ngidle ifa lokuphila okuphakade na?”
Omunye wezazimthetho wayesephendula, wathi kuye: “Mfundisi, uma ukhuluma kanje phela, uyaseyisa thina.”
“Maye, kini zazimthetho, ngokuba nisithathile isihluthulelo solwazi! Nina luqobo aningenanga, nabangenayo nabavimbela.”
UJesu wayesebuza kuzo izazimthetho nabaFarisi, wathi: “Kuvunyelwe yini ukuphilisa ngesabatha noma qha na?”
Kepha abaFarisi nezazimthetho abayemukelanga inhloso kaNkulunkulu emaqondana nabo, benqaba ukubhabhadiswa nguye.
Ngakho-ke ibandla labathuma, badabula eFenike naseSamariya. Balandisa abazalwane ngokuphenduka kwabezizwe, baletha intokozo enkulu kubazalwane.
UmJuda othile, ogama lakhe kungu-Apholo, wase-Aleksandriya ngokudabuka, indoda efundile futhi enolwazi olunzulu emibhalweni, wafika e-Efesu.
Kwathi u-Apholo eseseKhorinte, kwafika uPawula e-Efesu, esenqamule ezifundeni ezingenhla; wafica abafundi abathile,
Kepha kuthe seziphelile lezo zinsuku, saphuma sahamba, siphelezelwa yibo bonke, nomkabo nabantwana, baze basibeka ngaphandle komuzi. Saguqa ngamadolo ogwini, sakhuleka,
Basihlonipha kakhulu impela, kwathi mhla sihamba ngomkhumbi, basipha esikudingayo.
ngiyokuza ngesikhathi ngiya eSpaniya. Ngokuba ngiyethemba ukuthi ekwedluleni kwami, ngizakunibona, bese nina ningiphelezela nxa senganelisekile ukuhlala nani.
ngakho-ke makungabi bikho omedelelayo. Uma esehamba anomkhapha ngokuthula endleleni, ngokuba ngimlindele yena nabazalwane.
Maqondana nomzalwane u-Apholo, ngamncenga kakhulu ukuba eze kini nabazalwane, kodwa kwakungesiyo intando yakhe ukuba eze manje. Kepha uyakuza kini uma esethole ithuba.