USimakade akayukuguquka, ufunge wagomela wathi: “Wena ungumphrofethi kuze kube phakade ngokukaMelkhizedeki.”
KumaHeberu 7:15 - IsiZulu 2020 Kusobala kakhulu lokho, uma kumiswa omunye umphristi ofana noMelkhizedeki, IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ikakhulu kusobala lokho, uma kumiswa omunye umpristi ofana noMelkisedeki, Baasraak Zulu New Testament Bible Kusesobala kakhulu ukuthi kuvele omunye umpristi ofana noMelkisedeki. Contemporary Zulu Bible 2024 Kusesobala kakhulu ukuthi kuvele omunye umpristi ofana noMelkisedeki. |
USimakade akayukuguquka, ufunge wagomela wathi: “Wena ungumphrofethi kuze kube phakade ngokukaMelkhizedeki.”
kepha kanampande ngaphakathi; ulibamba nje okwesikhashana, kuthi lapho kufika ukuhlupheka nokuzingelwa ngenxa yezwi, akhubeke ngokushesha.
Njengalokhu esho kwenye indawo, ethi: “Wena ungumphristi kuze kube phakade ngokokuma kukaMelkhizedeki.”
Uma-ke ukuphelela kutholakala ngobuphristi bukaLevi ngokuba isizwe samiselwa bona ngomthetho, pho kusadingeke ngani ukuba kuvele omunye umphristi ngokokuma kukaMelkhizedeki, kungabi ngokohlelo luka-Aroni na?
Kusobala ukuthi iNkosi yethu ivele kuJuda, isizwe uMose angakhulumanga lutho ngaso mayelana nobuphristi.
ongamiswanga ngokomthetho womyalo wabantu, kodwa ngamandla okuphila okungabhubhiyo.
Kanayise, kananina, kanaluzalo, kanasiqalo sezinsuku nakuphela kokuphila, kodwa enziwe wafana neNdodana kaNkulunkulu, uyohlala engumphristi kuze kube phakade.