Nakuba ngingaze ngizincome ngokwedlulele ngegunya lethu eyasipha lona iNkosi lokwakha kungabi ngukubhidliza, angiyukuba namahloni ngalo.
KuFilemoni 1:8 - IsiZulu 2020 Ngakho-ke nanxa nginesibindi esikhulu kuKhristu ukukujuba ukuba wenze okufaneleyo, IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ngalokho noma nginesibindi esikhulu kuKristu sokuba ngikuyale ngakho okufaneleyo, Baasraak Zulu New Testament Bible Ngakho-ke noma nginesibindi esikhulu kuKristu sokukuyala okufaneleyo, Contemporary Zulu Bible 2024 Ngakho-ke noma nginesibindi esikhulu kuKristu sokukuyala okufaneleyo, |
Nakuba ngingaze ngizincome ngokwedlulele ngegunya lethu eyasipha lona iNkosi lokwakha kungabi ngukubhidliza, angiyukuba namahloni ngalo.
Nginamahloni ukuba ngisho lokhu, ngokuba kade sibuthakathaka, kodwa manje umuntu anesibindi ngakho – ngikhuluma ngobuwula, nami nginesibindi ngakho.
kanjalo nehlazo, nokubheda, nokulawula, okuyizinto ezingafanele; kodwa kunalokho, makube ngukubonga.
Kepha noma sasihlushiwe phambilini, futhi saphathwa kabi eFiliphi, njengokuba nazi, nokho saba nesibindi kuNkulunkulu wethu, sanishumayeza ivangeli likaNkulunkulu, sibhekene nobunzima obukhulu.