izinyonga ziyakutshekula njengendluzele, nolimi lwesimungulu luhlabelele ngentokozo. Ngokuba kuyoqubuka amanzi ehlane, nemifudlana ogwadule.
Johane 5:8 - IsiZulu 2020 UJesu wathi kuye: “Sukuma, uthathe uhlaka lwakho, uhambe.” IBHAYIBHELI ELINGCWELE UJesu wathi kuye: “Sukuma, uthabathe uhlaka lwakho, uhambe.” Baasraak Zulu New Testament Bible UJesu wathi kuye: Sukuma, uthabathe uhlaka lwakho, uhambe. Contemporary Zulu Bible 2024 UJesu wathi kuye: Sukuma, uthabathe uhlaka lwakho, uhambe. |
izinyonga ziyakutshekula njengendluzele, nolimi lwesimungulu luhlabelele ngentokozo. Ngokuba kuyoqubuka amanzi ehlane, nemifudlana ogwadule.
Kepha ukuze nazi ukuthi iNdodana yomuntu inegunya lokuthethelela izono emhlabeni ...,” wathi kofe uhlangothi: “Vuka, uthathe uhlaka lwakho, uye endlini yakho.”
Kepha ukuze nazi ukuthi iNdodana yomuntu inegunya lokuthethelela izono emhlabeni,” wathi kofe uhlangothi: “Ngithi kuwe: vuka uthabathe uhlaka lwakho, uye endlini yakho.”
UPhethro wathi kuye: “Eneya, uJesu uKhristu uyakuphilisa; vuka, wendlule icansi lakho.” Wayesevuka ngokushesha.